Isaziso Senkonzo Yegoodfriday 2024

Download as docx, pdf, or txt
Download as docx, pdf, or txt
You are on page 1of 2

AFRICAN FREE CONGREGATIONAL CHURCH

Arch Bishop E Ka LE DUBE


142 MDLULI STREET
WESSELTON LOCATION P.O. BOX 190
ERMELO ERMELO
2350 2350
073 2684 633

ISAZISO SENKONZO YE GOODFRIDAY KA 2024.(01/02/2024)


Arch Bishop,Bishop,Bafundisi,Bavangeli,Madiyakoni,Bashumayeli Kanye naBancedisi nebandla
lonke siyanibingelela egameni leNkosi yethu uJesu Kristu Amen.

Bazalwane sinazisa ngenkonzo yethu ye GoodFriday ka 2024 uzoqalisa ngomhlaka 29 March 2024
kuze kube ngomhlaka 30 March 2024 ngo Mgqibelo ntambama. Inkonzo yethu izoba se Cullinan e
Destiny Lodge.Imininingwano izothunyelwa ku Whats up group yebandla(Location).

Isigaba sokuqala:
Inkonzo yangolwesihlanu izoqala ngo 09H00 ekuseni ngamazwi asikhombisa izophuma ngo 15H00
emini.
Ngehora lesihlanu 17H00 kungene inkonzo yamakhwaya ezophela ngehora lesishagalolunye 21H00.

NgoMgqibelo kube inkonzo yolusha kusuka ngo 07H00 kuze kube ngu 09H00 ekuseni.
Bese ngo 09H00 kungena inkonzo yomama iphume ngeshumi nanye (11H00),kungene inkonzo
yosuku yangoMgqibelo ehamba nojikelezo kwezigodi.

Sicela zonke izigodi zigcine isikhathi ukuze inkonzo yethu ibe impumelelo.
Phelelani nonke emkhosini we GoodFriday kanye namaChurch Choir enu. Ngokuka Mathewu 5:48
ngakho-ke manibe ngabapheleleyo, ngokuba uYihlo wasezulwini ephelele.

Bazalwane sicela umnikelo weGoodfriday wenziwe ngezimvilophu ukuze inkonzo yethu


ingabambezeleki.Izipelende zenkonzo ziyotholaka zingu R50 each.

Sesiyakhonza kini nonke kwanga u Thixo angabanani nisenza amalungiselelo wombutho we


GoodFriday.Amahubo 133:1-3.
0zithobayo Unobhala
------------------------------------------ -----------------------------
Archbishop. E ka L.E DUBE Bishop. T.E.T SINDANE
Secretary General Pastor T.S Vilane

Amazwi asikhombisa
1.Luke 23 v 34 Page 995 Pastor M B Phakathi
Ozobusisa izwi Lady Pastor Mahlangu

2.Luke 23 v 43 Page 995 Pastor G T Mnisi


Ozobusisa izwi Lady Evangelist Mashinini

3.Johan 19 v 26-27 Page 1022 Pastor T. S Vilane


Ozobusisa izwi Lady Pastor Mnisi

4.Mark 15 v 34 Page 960 Pastor M J Mahlangu


Ozobusisa izwi Lady Evangelist Nxumalo

5.Johan 19 v 28 Page 1022 Evangelist D Nxumalo


Ozobusisa izwi Lady Pastor Vilane

6.Johan 19 v 30 Page 1022 Bishop T.E.T Sindane


Ozobusisa izwi Lady Archbishop Dube

7.Luke 23 v 46 Page 995 Archbishop E.L.E Dube


Ozobusisa izwi Lady Bishop Sindane

UHLELO KWENKONZO YANGOLWESIHLANU.


1.Iculo lokuvula………..KwaNongoma Branch
2.Umbhedesho wemini yeCawa ……Evangelist I Mashinini(Nhlazatshe)
3.Umthandazo weNkosi ….. Nkangala Branch
4.Iculo lokuvuka emthandazweni…….Breytan Branch
5.Inxeye yeNkolo yabaPostile……Dondonald Branch
6.Umkhuleko ……Deacon E Thela(Lothair).

UHLELO KWENKONZO NGOMGQIBELO


1.Iculo lokuvula………..Armsterdam
2.Umbhedesho wemini yeCawa ……Deacon A Vilakazi(Standerton)
3.Umthandazo weNkosi ….. Ermelo Branch
4.Iculo lokuvuka emthandazweni…….Mbalenhle Branch
5.Inxeye yeNkolo yabaPostile……Newcastle Branch
6.Umkhuleko ……Deacon Majozi(Katlehong).

You might also like