IsiZulu HL P2 May June 2016
IsiZulu HL P2 May June 2016
IsiZulu HL P2 May June 2016
Visit us @ www.saexampapers.co.za
GRAAD 12
2016
AMAMAKI: 80
ISIQEPHU A: IZINKONDLO
IZINKONDLO EZIMISELWE – Phendula noma ngabe yimiphi imibuzo
EMIBILI.
INKONDLO ENGAMISELWE – UPHOQELEKILE ukuphendula lo mbuzo.
ISIQEPHU B: INOVELI
Phendula umbuzo OWODWA.
ISIQEPHU C: UMDLALO
Phendula umbuzo OWODWA.
OKUQUKETHWE
Leli khasi liyolekelela abahlolwayo ukuba bakhethe imibuzo abazoyiphendula
ngaphandle kokufunda imibuzo yephepha lonke.
ISIQEPHU A: IZINKONDLO
Izinkondlo ezimiselwe: Phendula noma ngabe yimiphi imibuzo EMIBILI.
INOMBOLO YOMBUZO UMBUZO AMAMAKI INOMBOLO
YEKHASI
1. 'Isililo' Umbuzo omude 10 6
ISIQEPHU A: IZINKONDLO
IZINKONDLO EZIMISELWE
ISILILO – FY Ncube
7 Liphumile lashona
8 Wagamanxa, waphel' unyaka,
9 Yalandela neminye.
23 Kusuke esinamathambo
24 Kuqhume isililo esikhulu
25 Sebeshay' utshan' omahamba nendlwana
26 Sebeyobhubhisa phambili.
13 Ngomzuzwana ungakazinzi
14 Phansi komthunzi welanga,
15 Usucathulise wachushisa wacongisa,
16 Kwaphum' izingqwayingqwayi zezifundiswa,
17 Eziphekwe kweyakh' imbiza.
18 Namhlanje ziyahalalisa ngenjabulo
19 Namhlanje uyabongwa yizo.
4.1 Yisho ukuthi iluhlobo luni le nkondlo bese unikeza nesizathu sempendulo
yakho. (2)
KANYE
5.1 Tomula umugqa oqukethe ihaba ebinzeni loku-1 bese unikeza isizathu
sempendulo yakho. (2)
5.2 Nikeza okungumehluko okutholakala ebinzeni lesi-3 phakathi kwembongi
nalabo eyaqala nabo uhambo. (2)
5.3 Ngabe ukukhethwa kwegama elidwetshelwe elitholakala emgqeni wesi-9
kukwelekelele kanjani ekuqondeni isimo imbongi eyayibhekene naso? (2)
5.4 Ucabanga ukuthi ukusetshenziswa kwesenzukuthi ebinzeni loku-1
kunamthelela muni ekuqondeni kwakho le nkondlo? (2)
5.5 Ngokwakho ukubona ngabe imbongi ikwazile yini ukusebenzisa kahle
impindwa kule nkondlo? Sekela impendulo yakho. (2)
[10]
AMAMAKI ESIQEPHU A: 30
Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi
IsiZulu Ulimi Lwasekhaya (HL)/P2 12 DBE/2016
SCE
ISIQEPHU B: INOVELI
ISIQESHANA A
7.2 Ngolwazi lwakho lwencwadi sizathu sini esadala ukuba le ntokazi iziphonse
emotweni kaNkululeko? (2)
7.3 Chaza indlela umlingiswa onguNkululeko avezwe ngayo kulesi siqeshana. (2)
7.5 Qhathanisa isimo azithola ekuso uNgidi uma etshelwa nguMhlengi ukuthi
uyi-gay nangenkathi esemtshela ukuthi nguyena le ntokazi abayifice
efulethini. (3)
ISIQESHANA B
'Kanti unjani nje baba umfundisi? Impela emhlabeni akukho ukukholwa,' esho
emoyizela ebuka ibhodlela nemali esandleni. Ukungqongqoza kothile
kwamphaphamisa uMirriam. Wazi ukuthi kwase kuwukuqala kotalatiya. Wazitshela
ukuthi wayezomxwayisa ngokuba asheshe ahambe zingakamnethi. Wathi akangene.
Ngokuvuleka kwesivalo uChule ethi memfu emnyango wethuka, wamuzwa lo muntu
emsinda. Wasukuma wambekela isitulo ngasemnyango, wayesehlala embhedeni
embingelela.
UMirriam waqhela ethi, 'Bandla mfundisi ngiyaxolisa. Isoka lami linolaka. Uma
lingaselamela sibambisene ngencwadi lingasidla lisifele.'
9.3 Chaza indlela avezwe ngayo umlingiswa onguNomvula kulesi siqeshana. (2)
9.5 Qhathanisa isimo abakuso uMeyili uma ebuzwa nguDladla ukuthi kungani
beyekelela uNomvula adlale amahumusha eTheku nangenkathi esembuza
ukuthi ubesezwile yini ukuthi uNomvula uwine imali emjahweni wamahhashi. (3)
KUNJALO-KE – ME Wanda
KUNJALO-KE – MJ Wanda
ISIQESHANA C
Akhale futhi. Kuqalwe iculo. Kwathi lapho liphela khona, wathatha wathi:
AMAMAKI ESIQEPHU B: 25
ISIQEPHU C: UMDLALO
ISIQESHANA D