2023 GR 4 T3 Zul Project

Download as pdf or txt
Download as pdf or txt
You are on page 1of 8

GENERAL EDUCATION AND TRAINING

ISIZULU ULIMI LWASEKHAYA

IPHROJEKTHI

ITHEMU 3

2023

IBANGA 4

IGAMA NESIBONGO: ________________________________________

IGAMA LESIKOLE: __________________________________________

IBANGA: __________________________________________________

ISIGABA: __________________________________________________

AMAMAKI:

ISIGABA 1 = 10
ISIGABA 2 = 30
ISIGABA 3 = 20
INDABA EMFISHANE

Isigaba soku-1 -Uphenyo/ucwaningo Amasonto 3-4

❖ Lephrojekthi mayiqalwe ngeviki lesithathu ukuze umfundi azokwazi ukuba


nesikhathi esiningi socwaningo nokuthi akwazi ukuletha akwenzile ngeviki lesine.
❖ Uthisha uzohlola ukuthi umfundi ulandele kahle yini izigaba zocwaningo esizwa
imibuzo ekhandwe uthisha ezokwenza lube lula ukucwaninga.
❖ Ngaleviki lesine umfundi uzonikwa amamaki akhonjiswe okumele akulungise
awubuyise umsebenzi ngeviki lesihlanu esezothola amamaki okugcina esigaba
sokuqala.
(Bhala amagama ezincwadi ozisebenzisile ebhokisini elingezansi.)

(2)
Amanothi/izithombe: (Bhala amanothi akho wophenyo kuleli bhokisi elilandelayo)
1. Umbhali /ababhali bencwadi/bendaba?_________________________________________________
__________________________________________________________
(2)
2. Ikhuluma ngani indaba oyifundile?
________________________________________________________________________________________
________________________________________________________________________________________
________________________________________________________________________________________
(2)
3. Bhala abalingiswa abasencwadini.
________________________________________________________________________________________
________________________________________________________________________________________
(2)
4. Yisho okuthandile ngalendaba.
________________________________________________________________________________________
________________________________________________________________________________________
________________________________________________________________________________________
________________________________________________________________________________________

(2)

Amamaki: 10
Isigaba sesi-2 -Ukubhala Amasonto 5-6

Iziqondiso

Umfundi uzobhala eyakhe indaba emfishane aziqambele yona elandela inqubo


yokubhala.

❖ Umfundi uzobhala eyakhe indaba emfishane aziqambele yona esebenzisa ulwazi


aluthole esigabeni soku-1 ukwenza lomsebenzi.
❖ Umfundi kumele alandele inqubo yokubhala.
❖ Bhala amagama ayi 120-140 noma izigaba ezi-3-5

Inqubo yokubhala

❖ Ukuhlela
(5)

❖ Uhlaka lokuqala
❖ Ukubuyekeza
❖ Ukuhlela nokulungisa amaphutha
❖ Ukufunda ngokuqaphelisisa

Amamaki: 30
IRUBRIKI YOKUMAKA INDABA EMFISHANE

ISAMBA ILEVELI YESI-4 ILEVELI YESI-3 ILEVELI YESI-2 ILEVELI YESI-1


SAMAMAKI (30)

Ukuhlela Ukuhlela kusezingeni eliphezulu. Ukuhlela kusezingeni Ukuhlela kwamukelekile Akukho ukuhlela
Amaphuzu ahlelwe elikahle (3) (2) okwenziwe (0-1)
(5)
ngokwesakhiwo sendaba (4-5)

Isakhiwo + uhlaka Isakhiwo sihle ngendlela Isakhiwo samkelekile. Isakhiwo samkelekile. Isakhiwo asamukelekile.
eseqophelweni eliphezulu. Kukhona ukuxhumana Kukhona ukuxhumana Akukho ukuhlukaniswa
(5)
Kukhona ukuxhumana kwisingeniso, umzimba kwisingeniso, umzimba kwesingeniso, umzimba
kwisingeniso, umzimba kanye kanye nesiphetho. (3) kanye nesiphetho. (2) kanye nesiphetho. (0-1)
nesiphetho. (4-5)

Ummongo wendaba Ummongo wamaphuzu ugxile Ummongo namaphuzu Ummongo namaphuzu Ummongo namaphuzu
(15) ngqo kwisihloko socwaningo. agxilile esihlokweni. (7-9) agxilile esihlokweni. (4- awagxilanga esihlokweni.
(10-15) 6) (0-1)

Ulimi Ulimi lusetshenziswe ngendlela Ulimi lusetshenziswe Ulimi lusetshenziswe Ulimi alamukelekile.
olusetshenzisiwe eseqophelweni eliphezulu, ngendlela efanele, izimpawu ngendlela eyamkelekile Amaphutha maningi,
kanye nezimpawu izimpawu zokuloba zokuloba zisetshenziswe kanye nezimpawu ummomgo wamaphuzu
zokuloba (5) zisetshenziswe ngendlela ngendlela efanele. zokuloba. (2) awuhambelani
efanelekile. Konke kuhambelana Ummongo wendaba nommongo wocwaningo.
nommongo wocwaningo. (4-5) uhambelana nocwaningo. (3) (0-1)
Isigaba sesi-3 - Ukwethulwa kokukhulunywayo Amasonto 7-8

Iziqondiso

• Umfundi wethula umsebenzi wakhe wendaba emfishane


awubhale esigabeni sesibili ngomlomo.

Qaphela

❖ Sebenzisa uhlaka olufanele: isingeniso, umzimba, nesiphetho


❖ Yethula umqondo osemqoka ngokunikeza imininingwane esekelayo.
❖ Veza ubufakazi bokucwaninga noma bokuphenya
❖ Sebenzisa izitho zomzimba ngokufanele kanye namakhono okwethula afana
nokubuka izethameli, ukukhuluma kuzwakale, ukuguquguquka kwephimbo kanye
nesimo sobuso.
❖ Ukuzimbandakanya engxoxweni
❖ Nikeza umbiko owakhayo
IRUBRIKI YOKUMAKA INKULUMO ELUNGISELELWE

ISAMBA ILEVELI YESI-4 ILEVELI YESI-3 ILEVELI YESI-2 ILEVELI YOKU-1

SAMAMAKI (20)

Ukulandelana Amaphuzu alandelana Amaphuzu Amaphuzu agxile Amaphuzu


kwamaphuzu (5) ngendlela efanele alandelana ngendlela esihlokweni awahambelani
agxile ngqo efanele/ agxile ngendlela efanele. nesihloko. (0-1)
esihlokweni. (4-5) esihlokweni. (3-4) (2)

Umongo wocwaningo Umongo wenkulumo Umongo wenkulumo Umongo wenkulumo Umongo wenkulumo
(5) ethuliwe ugxile ngqo ugxile esihlokweni. uyahambelana ethuliwe awugxilanga
esihlokweni. (4-5) (3-4) nesihloko. (2) esihlokweni. (0-1)

Ukusetshenziswa Ulimi lokwethula Ulimi lokwethula Ulimi olusetshenzisiwe


kolimi (5) inkulumo inkulumo lusetshenziswe aluhambelani
lusetshenziswe lusetshenziswe ngendlela efanele. nommongo
ngendlela ngendlela efanele. (2) wocwaningo. (0-1)
eseqophelweni (3-4)
eliphezulu. (4-5)

Umnyakazo/ Iminyakazo/ namakhadi Iminyakazo/ Iminyakazo/ Abukho ubuciko


ukusetshenziswa asetshenziswe amakhadi amakhadi obamukelekile
kwamakhadi (5) ngobuciko kusetshenziswe asetshenziswe bokwethula inkulumo.
obuseqophelweni ngobuciko ngendlela efanele. (0-1
eliphezulu. (4-5) obamukelekile. (3-4) (2)

You might also like