Umsebenzi Waseklasini 2023 (Ulimi)

Download as docx, pdf, or txt
Download as docx, pdf, or txt
You are on page 1of 3

ISIZULU ULIMI LWASEKHAYA UMSEBENZI WASEKLASINI

ISIKHANGISI IBANGA LESI-10

Bukisisa lesi sikhangisi esingezansi bese uphendula imibuzo elandelayo.


IMIBUZO

1 Yethula okukodwa okuyiqiniso ngalokhu okukhangiswayo. (1)


2 Chaza kafushane imigomo okumele ilandelwe ukuze umfundi walesi (3)
sikhangisi ezothola ithuba lokuzuza umklomelo wengqayika.
3 Khetha impendulo eyodwa kwezilandelayo: Igama elithi ingqayika lisho … (1)

A indlovu.
B umfaniswano.
C izicathulo.
D ibhayisikili.

4 Ucabanga ukuthi isithombe sendlovu esisetshenziswe kulesi sikhangisi (3)


sinabudlelwane buni negama elithi 'Toughees'?
5 Phawula ngokusetshenziswa kwesiqubulo ukunxenxa abafundi balesi (2)
sikhangisi.
[10]

UMBUZO

Funda lesi siqeshana esingezansi bese uphendula imibuzo elandelayo.


1. Shono ukuthi igama elidwetshwelwe emgqeni woku-1 lenze msebenzi (1)
muni emshweni elikuwona.
2. Tomula isenzo esisendleleni esabizo esitholakala emgqeni wesi-4. Phinda (2)
usisebenzise lesi senzo sesikhomba ukulandula emshweni ozakhele
wona.
3. Nikeza umqondo oqukethwe isakhi esidwetshelwe emgqeni wesi-8. (1)
4. A) Umusho omkhulu. (2)
B) Umshwana okhonzile ochazayo.
5. Khipha ingxenye yomusho equkethe inkulumo egudliselayo esigabeni (2)
sesi-3 bese unikeza incazelo yayo.
6. Sebenzisa igama elibhalwe ngokugqamile emgqeni we-16 emshweni (2)
ozakhele wona ukuze kuvele umqondo owehlukile kulo otholakala
endabeni.
[10]

You might also like