Jump to content

Isidludlungi esimqoka

Mayelana Wikipedia
isidludlungi esibizwa Intel 80486DX2, sibonwa ngaphezulu
icala elingaphansi lwe-Intel 80486DX2, luvele nezinti

Isidludlungi esimqoka ( noma isidludlungi ), siyintandelo yamazuba egununda iziyalelo ezihlanganisa inhleleliso yesicikizi. Isidludlungi senza imigidingo yesibalonqangi, logic, ukulawula, nokugalela/ziphumo, okuyimigidingo ecaciswa iziyalelo zenhleleliso. Lokhu kuphambana nezigcoyi ezingaphandle ezifana nentandelo yenkumbulo, kanye nezidludlungi ezikhethekile ezifana nezidludlungi zemifaniso (GPUs).

Isidludlungi esimqoka sigidinga ngokuthumela iziyabizo ukuze silawule ezinye izingxenye zesicikizi, ngendlela efanayo nokusebenza kobuchopho ekulawuleni umzimba.