IsiZulu FAL P2 Nov 2023
IsiZulu FAL P2 Nov 2023
IsiZulu FAL P2 Nov 2023
SENIOR CERTIFICATE
IBANGA LE-12
NOVEMBA 2023
AMAMAKI: 70
IMIYALELO KWABAHLOLWAYO
ISIQEPHU A: INOVELI
Phendula umbuzo ngenoveli EYODWA oyifundile.
ISIQEPHU B: UMDLALO
Phendula umbuzo ngomdlalo OWODWA owufundile.
ISIQEPHU D: IZINKONDLO
Phendula imibuzo ngezinkondlo EZIMBILI ezibuziwe.
OKUQUKETHWE:
ISIQEPHU A: INOVELI
3. Umshado 35 11
ISIQEPHU B: UMDLALO
5. Icala Kaliboli 35 17
6. Isiko Nelungelo 35 20
7.2 'Umakhonya' 18 25
ISIQEPHU D: IZINKONDLO
ISIQEPHU A: INOVELI
ISIQESHANA A
1.10 Ukuba khona kukaNomgedla kule noveli kulukhulisa kanjani udweshu? Bhala
amaphuzu AMABILI. (2)
KANYE
ISIQESHANA B
Esebakhombisile umfana indawo abazolala kuyo bake badideka yila mazwi ayeshiwo
yinyanga.
'Kambe nisho ukuthi uMbeje wayekuhlalise nje wayengasazi nesifo esikuphethe?
Umzwile lona ukuthi uthe ufika wangabe enanaza wabe esho ukuthi uphethwe yini
yangena kanjani?' 5
'Mama asazi, abanye abantu bayawazi umsebenzi wabo lapha emnyango. Yena
ngokulanda kwakhe umfo kaMbuyisa lona sengathi uthanda ukuwahlumelelisa onke
lawa mathemba akade esethanda ukushabalala.'
'Phela lona mfana yinyanga uqobo lwayo akubuzwa nokubuzwa, umuzwa nje evula
umlomo ukuthi cha hhayi lapha ngizosinda. Utshelwa yithi-ke esesizaziyo izinyanga. 10
Yena akafani nalezi zinyanga ezivimbayo zithi ziyakwazi ukwelapha isifo kepha zibe
zisehluleka ngisho ukusilanda ukuthi sangena kanjani.'
'Yiqiniso lelo Siwela, angithi nodokotela laba bazelapha nje izifo baqale bazi umlando
waso bese bazi-ke nokuthi bangasinqoba uma besebenzise ini nani. Uma kusekhona
izinyanga ezifana nalezi, kusho ukuthi imithi yethu yesintu ngeke ishabalale.' 15
'Hhayi, cha, mina wakoSiwela nje angiquli nakuqula ukuthi lapha sifike kwabokugcina.
Nakho lokhu kufa noma kuthiwa kunenkani kodwa sengathi sekufike ekugcineni manje.
Ngokubona kwami sekuyokheth' ukhethi impela.'
'Nokho uma sekweqe lapha kuyosho ukuthi kwakuvele kungavumanga. Sesingasho
impela ukuthi hhiya ngigalele zephuka.' 20
1.16 Yini esikhombisa ukuthi umxoxi wale noveli akayona ingxenye yabalingiswa?
Bhala amaphuzu AMABILI. (2)
1.18 Ucabanga ukuthi yini eyenza ukuthi izinyanga zehluleke ukwelapha isifo
esasiphethe uSandanezwe? Bhala amaphuzu AMABILI. (2)
ISIQESHANA C
'Uqinisile lapho mkami, kodwa lokho akusho ukuthi thethisa umama njengengane.
Ukhulume umathanda kuye, uze umkhombe ngomunwe. Ake ngikubuze. Wena
kungakujabulisa yini uma ngingathethisa umama wakho phambi kwengane naphambi
kwakho na? Ungephatheke kabi? Ngineqiniso ungahlala ungangikhulumisi
izinsukwana. Akunjalo?' 'Phela owami umama uyakuhlonipha. Awukaze umuzwe 5
ekhulumisana nengane ngokuhamba kwayo, futhi akafuni ukuhlala nani bakhwenyana
emzini yenu.'
'Uqonde ukuthini manje? Ngabe uqonde ukuthi umama owafuna ukuba azohlala
nathi? Angithi wena indaba uyazi kahle. Ngabe ufuna ukungitshela ukuthi uma umama
wakho engasala yedwa lapha kini, ungeke umthathe umlethe lapha ahlale nathi?' 10
'Yobe, ayidle izibekele Ndabezitha. Ngiyaxolisa Macingwane omkhulu. Ngicela
sibonisane ngale ngane engakafiki kuze kube manje. Awubheke nje ukuthi sikhathi sini
manje. Sekushaya ihora lesibili ekuseni ayikafiki namanje le ngane, ngabe
kwenzenjani namuhla?' Umakoti eseshintsha inkulumo.
'Ngathini kuwena ngale ngane ifika ebusuku kakhulu ngoMgqibelo na? Angishongo 15
ukuthi khuluma nayo na? Angithi wena lo kuthangi ngakubuza ukuthi usukhulumile
nayo, wathi yebo?' esho ngokufutheka uyise wentombazane.
'Ngakhuluma nale ngane. Ngakhuluma nayo kabanzi ngokubuya ebusuku kakhulu.
Yangithembisa ukuthi isizobuya lingakashayi ihora leshumi.'
'Pho manje ngabe alikashayi ihora leshumi na?' 20
2.5 Sizathu sini esenza uThembalihle acele imali kubaba wakhe? (2)
A Ngokujabula
B Ngokuhleka
C Ngokucasuka
D Ngokujabha (1)
KANYE
ISIQESHANA D
2.16 Yini esikhombisa ukuthi umxoxi wale noveli akayona ingxenye yabalingiswa?
Bhala amaphuzu AMABILI. (2)
2.18 Ucabanga ukuthi yayiyoba njani impilo kaManyoba ukuba akazange eqe
epulazini ayesebenza kulo aye eGoli? Sekela ngamaphuzu AMABILI. (2)
ISIQESHANA E
Ame isikhashana. Ehle uTholi emotweni. Bajabulelane. Basuke lapho baqonde endlini
kaTholakele. Bathi besahamba memfu uBhatomu.
'Bheki, nangu uBhatomu.'
'Kahle Tholi. Ngempela?'
'Uqobo lwakhe.' 5
'Manje ngenzenjani mina.'
'Cha, asihambe. Sizozwa ngaye ukuthi uthini.'
Kuthuleke. UBheki ahlupheke emoyeni. Angaqondi kahle ukuthi kuzoma kanjani
njengoba sekuqhamuke le nsizwa.
'Sanibona makoti.' 10
'Yebo, sawubona baba.'
'Ubani-ke lo ohamba naye makoti?'
'Umngani wami. Bheki ubaba wasemzini lo.'
UBheki akaphendulanga. Babhekana nje noBhatomu.
'Makoti ngifuna ukukhuluma nawe. Sengathi ngingathola ithutshana eliningi sisobabili.' 15
Inhliziyo kaBheki ithi xhifi. Abone uTholi embuka sakumeba.
'Xola Bheki. Kuhle sikhulume namuhla nobaba ngoba kusasa ngiyasebenza.'
Noma uBheki yayimphethe kabi le nto wehlisa umoya wahamba. Wabashiya
behambisana uBhatomu noTholi beya lapho okuhlala khona uTholi. Imicabango
yaphithana futhi emqondweni kaBheki. Wacabanga ukuthi uma uBhatomu ejikela 20
uTholi ethi akabuyele ekhaya angenzenjani. Abone ukuthi okungcono akaqonde
ekhaya ayozilalela.
Uthe efika ekhaya wabizwa unina: 'Ufikile umalume wakho.'
'Ufike nini?'
'Ungena usanda kuphuma nje.' 25
'Uthi ngingabe ngisambona manje.'
'Uthe ngeke alale ningabonene.'
Abone uBheki ukuthi usuku sengathi akusilo olwakhe. Izinto zithanda ukutsheka.
Abone ukuthi akaqonde khona endlini enkulu, ayobhekana nomalume.
3.5 Sizathu sini esenza uPamella afike esikoleni lapho okufundisa khona
uBhekani? (2)
A zihamba kahle.
B ziphathana kahle.
C zihleleke kahle.
D azihambi kahle. (1)
3.10 Ukuba khona kukaBhatomu kule noveli kulukhulisa kanjani udweshu? Bhala
amaphuzu AMABILI. (2)
KANYE
ISIQESHANA F
Axakwe ukuthi usho ukuthini uBhatomu uma ethi uyowuvimba umshado. Sengathi
akusiyo into yokuthathwa kancane le. Kuzomele axoxe noTholakele bayisukumele.
Acinge unina ukuze amxoxele ngohambo lwakhe.
'Unjani umakoti?'
'Usengcono kakhulu.' 5
'Ubephethwe yini?'
Abone uBheki ukuthi unina useqonde endabeni yezidakamizwa. Ashintshe umqondo
masinyane: 'Cha bathi bekungumkhuhlane nje.'
'Umkhuhlane?'
'Yebo mama.' 10
'Ungadlali ngami wena Bheki. Ubona sengathi ngiyingane yini? Lalela-ke. Kukhona
umuntu ofike lapha wathi uyabuya khona manje ufuna ukukubona.'
'Ubehamba ngani?'
'Ngezinyawo.' Athi ukucabanga uBheki. Kokunye ngabe unina usho uBhatomu.
'Awumbuzanga ukuthi ungubani?' 15
3.16 Yini esikhombisa ukuthi umxoxi wale noveli akayona ingxenye yabalingiswa?
Bhala amaphuzu AMABILI. (2)
3.18 Ucabanga ukuthi yini eyenza ukuthi uTholakele angabatsheli abantu bakubo
ukuthi uyalotsholwa? Sekela ngamaphuzu AMABILI. (2)
AMAMAKI ESIQEPHU A: 35
ISIQEPHU B: UMDLALO
ISIQESHANA G
4.2 Ngokwalesi siqeshana yini enikeza uDuma ilungelo lokuphatha zonke izigodi
endaweni? (1)
A ukuncenga.
B ukuxoxa.
C ukushaya.
D ukusebenza. (1)
IKHOLOMU A IKHOLOMU B
4.6.1 Ummeli A UMaNgema
4.7 Chaza ukuthi kungani sithi uDuma ungummeleli kulo mdlalo? (2)
4.8 Ithini indikimba yalo mdlalo? Sekela impendulo yakho ngamaphuzu AMABILI. (3)
KANYE
ISIQESHANA H
IKHOLOMU A IKHOLOMU B
5.6.1 Ummeli kaMbhele A UDlamini
5.7 Chaza ukuthi kungani sithi uSonto ungummeleli kulo mdlalo. (2)
5.8 Ithini indikimba yalo mdlalo? Sekela impendulo yakho ngamaphuzu AMABILI. (3)
KANYE
ISIQESHANA J
5.13 Chaza isakhiwo salo mdlalo ubhekise kulezi zihlokwana ezilandelayo. Bhala
amaphuzu AMABILI ngesihlokwana ngasinye.
5.14 Ucabanga ukuthi ngubani owayenza kube nobugebengu kule ndawo? Sekela
impendulo yakho ngephuzu ELILODWA. (2)
5.16 Uphumelele yini umbhali walo mdlalo osihloko sithi: Icala Kaliboli, ukulandela
isihloko somdlalo ekubhaleni kwakhe? Sekela impendulo yakho. (2)
[35]
ISIQESHANA K
6.2 Ngokwalesi siqeshana yini eyenza ukuthi uThenjiwe afune ukubuyela kubo? (1)
IKHOLOMU A IKHOLOMU B
6.6.1 Uyise kaDumisani A UMaMkhize
6.7 Chaza ukuthi kungani sithi uThenjiwe ungummeleli kulo mdlalo? (2)
6.8 Ithini indikimba yalo mdlalo? Sekela impendulo yakho ngamaphuzu AMABILI. (3)
ISIQESHANA L
6.13 Chaza isakhiwo salo mdlalo ubhekise kulezi zihlokwana ezilandelayo. Bhala
amaphuzu AMABILI ngesihlokwana ngasinye.
6.16 Uphumelele yini umbhali walo mdlalo osihloko sithi: Isiko Nelungelo,
ukulandela isihloko somdlalo ekubhaleni kwakhe? Sekela impendulo yakho. (2)
[35]
AMAMAKI ESIQEPHU B: 35
ISIQESHANA M
Kuthi ukuthi cwaka lapha endlini. Kuzwakale igovu lalapha ekhaya likhuza
libabaza ngasesangweni. Kuqhamuke okuyisimaku salapha ekhaya
sekugulukudela, kwenanela igovu kuyophuma ngomnyango. Ezwakale ugogo
ethi, 'Thulani nina, fuseki Master, nawe Snowy fuseki!'
7.1.2 Iyiphi ingane kaSithole eyafika kuqala njengoba babezilindile nje? (1)
7.1.3 Tomula igama elisesiqeshini elisho ukuthi kwake kwathula endlini. (1)
A Ihaba
B Ukwenzasasilwane
C Ukwenzasamuntu
D Isifaniso (1)
KANYE
ISIQESHANA N
7.2.6 Ubani umlingiswa omkhulu kule ndaba? Sekela impendulo yakho. (2)
AMAMAKI ESIQEPHU C: 35
ISIQEPHU D: IZINKONDLO
1 Sengikhona ngingangawe;
2 Woza mnta kamama,
3 Woza ethafeni lokuhlangana kwethu,
4 Lapho kushaya khona umoya opholile,
5 Lapho kuhlanganise khona umculo omtoti,
6 Wezinyoni ezicikoza kamtoti okokhokho bazo,
7 Nowezinyosi ezizingela impova namanz' oju.
KANYE
8.2.4 Bhala isizathu esishiwo yimbongi sokufuna ukwazi ngamasiko ayo. (2)
AMAMAKI ESIQEPHU D: 35
AMAMAKI ESEWONKE: 70