Tenses
Tenses
Tenses
Inkathi edlule
Present tense construction
Formula:
Positive Form: ifomu elihle Negative Form: ifomu elibi
Agr+Verb +a Neg A+agr+Verb+i
Agr+(ya)Verb+a
Past tense
Agreement + Verb
After the verb, you can have an object.
E. g. Asifundanga isiZulu.
After the verb, you can have an adverb of time.
E.g. Angiphumulanga ngempelasonto.
After the verb, you can have an adverb of place.
E. g. Angifundanga eNyuvesi yaKwaZulu-Natali.
After the verb, you can have an adverb of manner.
E. g. (Wena) uphekile kahle.
After the verb you can have nothing.
E. g. Badlalile.
Note: When the sentence is on o positive form the verb ends with (-ile),
when the sentence is on the negative form the verb starts with (A-) and
ends with (-anga)
Isikhathi Esizayo
Future Tense
Inkathi ezayo noma inkathi esazofika.
Nayo njengenkathi yamanje noma edlule inezakhi ezithile ezikhombisayo
ukuthi kukhulunywa ngento engakenzeko kodwa esazokwenze noma
esizokwenzeka.
Kuyenzeka ukuthi kukhulunywe ngento esekude ukwenzeka noma
ezokwenzeka maduzane ngakhoke ulimi olusetshenziswayo
Agreement + Marker/indicator + Verb
After the verb, you can have an object.
E. g. Ngizofunda isiZulu.
After the verb, you can have an adverb of time.
E.g. Ngizophumula ngempelasonto.
After the verb, you can have an adverb of place.
E. g. Ngiyofunda eNyuvesi yaKwaZulu-Natali.
After the verb, you can have an adverb of manner.
E. g. Ngizopheka kahle.
After the verb you can have nothing.
E. g. Bazodlala.
Note: When the sentence is on o positive form the verb ends with a
verb, when the sentence is on the negative form the verb starts with
(A-) and ends with a verb.
Summary of Tenses
The use of (noun) agreement shows two things in a sentence; (1) The tense: but with
other aspects of the action word; and (2) also shows the reference (who are we
referring to: first/second/third person.
Isivumelwano sebizo/inhloko yomusho sivezela izinto ezimbili; (1) Inkathi ukuthi
isenzeko senzeka nini kodwa lokhu sikwenza sesibheka nezinye izingxenye
zesenzo/senzeko; (2) ukuthi ubani lo okukhulunywa ngaye.
We will see this when we do tenses and (personal) pronouns, and tenses with noun
classification in our next topic. Also know these are simple tenses.
Locative
Important Grammatical Structures in isiZulu for Beginners
Important Grammatical Structures in elementary isiZulu
Locative Construction
Pronouns of other nouns/things
Possessives Pronouns
Locative Construction
Locative Markers at the beginning of words
Pronouns Structure:
1. Agreement+ona
2. Then delete the vowel of an agreement to be left with the vowel of the
added (-ona)
3. If the agreement is only a vowel, like in the following Noun Classes:
u w-
a w-
i y-
Singular Plural
2. umuzi u…- wona imizi i… - yona
3. ibhasi li…- lona amabhasi a…- wona
4. isikole si…- sona izikole zi…- zona
5. inja i…- yona izinja zi…- zona
imbongolo i… - yona izimbongolo zi… - zona
6. usuku lu…- lona izinsuku zi…- zona
7. ubusuku bu…- bona
8. ukusebenza ku…- kona
Note:
If among the other Noun Classes, there are personal or human nouns, they will
all follow the rest of Pronoun Structure like with all other nouns, even if that is
a she or they as in person!
Possessives Pronouns
Personal Possessives:
Agr+ami Agr+ ethu
Izib.: isibongo sami abantwana bethu
uthisha wami isikole sethu
umndeni wami uthisha wethu
ubaba wami usuku lwethu
Agr+akho Agr+enu
Izib.: igama lakho umsebenzi wenu
isibongo sakho amagama enu
imoto yakho izingane zenu
ikati lakho abazali benu
Agr+akhe Agr+abo
Izib.: imoto yakhe amagama abo
umngani wakhe imali yabo
ukudla kwakhe indaba yabo
umyeni wakhe isikhathi sabo
Kodwa:
Ngihlala nabazali bami, kodwa angithandi.
Abangani bami nguZama noSizwe, kodwa ngithanda uSizwe kakhulu.
Ngiyabathanda abazali bami, kodwa banomthetho.
Sifunda sihleli emakhaya, kodwa kunzima.
Ngoba:
Ngenza iziqu i-FP ngoba ngifuna ngithanda abantwana abancane.
Ngifundisa othisha enyuveni ngoba ngithanda ubuthishela kakhulu.
Izitshudeni zisebenza kanzima emakhaya ngoba zifuna ukuphumelela.
Ngiyabathanda abazali bami ngoba nabo bayangithanda.
Noma:
Njalo ekuseni ngiphuza ikhofi noma itiye.
Ukudla kwami amaveji noma inyama.
Uthanda mina noma yena?
Uzophuza amanzi noma ijusi?
Ukuthi:
Ngicabanga ukuthi ngihambe manje.
Abazali bami bafuna ukuthi ngisebenze kanzima.
Ucabanga ukuthi uzokwenzani manje?
Inyuvesi yethu ifuna ukuthi siphume emares ngamaholide.
Ukuze:
Ngizofunda ngokuzikhandla ukuze ngiphumelele.
Ngithenge izingubo zasebusika ukuze ngifudumale.
Udokotela uqophe izifundo zethu ukuze silalele noma nini.
Ngizofika lapho ukuze sikhulume.
Comparisons
Kuna- (than)
Udadewethu muhle kunami.
Imoto yami ingcono kunebhayisikili.
Ibhasi lihamba kancane kunemoto.
Ubaba upheka kangcono kunomama.
Pronouns (isibizwana)
There are three types (izinhlobo) of pronouns (isabizwana):
Esoqobo (reference)
Esokubala (count)
Esokukhomba (demonstratives)
Noun classification
pronoun is a substitute word for a noun in a sentence or communication
context (hence noun is a naming word (igama lento ebonakalayo
nengabonakali)
N.B. In isiZulu we use meaning of the nouns (words that share common
characterestics), prefixes (iziqalo zamabizo), singular & plural forms (ubunye
nobuningi).
Therefore, the formulae (criteria) that determines the pronouns of nouns in
each class remains the same with the criteria used to classify nouns.
Personal Pronouns
Isabizwana soqobo
Isabizwana soqobo (reference pronoun) are used to refer to the actual name
of something. In a sentence it can be used with the noun, also they can take
the place of the noun (substitute noun).
Before we go into deep, isiZulu grammar stipulates that in one word vowelsdo
not follow each other (A; E; I; O; U) In these alphabets, there are natural
(onkamisa bemvelo) vowels and resultant (onkamisa bokuvela) alphabets
A, I, & U are natural alphabets; E & O are resultant vowels.
We refer this to grammar (ukulumbana/ukuhlangana konkamisa) of A.
Grammar of A
A+A=A
A+I=E
A+U = O
Rule: unkamisa A kumele ube ngasekuqaleni konkamisa. If alphabet A its I or
U, unkamisa I changes to Y while unkamisa U changes to W (you will see
more of these when we are doing verbs that starts with a consonant)
Umu-/um- u- Aba-
ba-
Umuntu (Yena) usebenza engadini. Abantu (Bona)
basebenza engadini.
U+ona
U-oyi noun agreement uyashintsha abe uY, bese u o wesiqu sesisabizwana
siyashintsha sibe u-E.
U- u-
O- ba-
Umama (yena) uyapheka. Omama (bona)
bayapheka.
Ubaba (yena) usebenza kanzima. Obaba (bona)
basebenza kanzima.
Ugogo ubhaka amakhekhe. Ogogo babhaka
amakhekhe.
Umalume usebenza esitolo. Omalume basebenza
esitolo.
Negation
Umama akapheki. Omama
abapheki.
Noun Class that behaves like Noun Class 1 (a) but with food items and other
borrowed items
Negation
Ushukela awunandisi ukudla. Oshukula abanandisi ukudla.
Umu-/um- u- Imi-
i-
Umuzi (wona) ubiza kakhulu. Imizi (yona) ibiza kakhulu.
Umuthi (wona) uyababa. Imithi (yona) iyababa.
Negation
Umuzi awubizi kakhulu. Imizi ayibizi kakhulu.
Noun Class 3
Negation
Ilizwe alinothi. Amazwe
awanothi.
Ikati alidlali nenja. Amakati awadlali
nenja.
Noun Class 4
Isi- si-
Izi- zi-
Isitshudeni (sona) sifunda enyuvesi. Izitshudeni (zona) zifunda
enyuvesi.
Isigebengu (sona) siyantshontsha. Izigebengu (zona)
ziyantshontsha.
Negation
Isitshudeni asifundi enyuvesi. Izitshudeni azifundi
enyuvesi.
Noun Class 5
In-/im- i- Izin-/izim-
zi-
Inja (yona) idlala nekati Izinja (zona) zidlala nekati.
Ingane (yona) iyakhala. Izingane (zona) ziyakhala.
Indlu iyanetha. Izindlu ziyanetha.
Examples of In- Class Personal Nouns but having their Plural as Ama-
In- i-
Ama- a-
Intombazane (yona) iyafunda. Amantombazane (wona) ayafunda.
Indoda (yona) iyabhaka. Amadoda (wona) ayabhaka.
Negation:
Intombazane ayifundi. Amantombazane
awafundi.
Noun Class 6
Ulu-/u- lu-
Izi-/izin-/izim- Zi-
Uluthi (lona) luwa esihlahleni. Izinti (zona) ziwa
esihlahleni.
Uthuli (lona) lungcolisa indlu. Izintuli (zona) zingcolisa
indlu.
Udonga luyawa. Izindonga
ziyawa.
Negation:
Negation:
Ubuso abulumi. Ukudla
akubizi.
Utshani abukhuli kahle.