Isaga 7 Exercises

Download as pdf or txt
Download as pdf or txt
You are on page 1of 5

1

LANGUAGE  PROGRAM,  232  BAY  STATE  ROAD,  BOSTON,  MA  02215   [email protected]  
  www.bu.edu/Africa/alp   617.353.3673

Exercises: Isaga 7, Inkomo ingazala umuntu


 
Umbuzo 1
Write a summary of the story in isiZulu.
Bhala isifinyezo sendaba ngesiZulu.
 

 
Umbuzo 2
Write the proverb in isiZulu. Translate into English. Explain the meaning.
Bhala isaga ngesiZulu. Humusha ngesiNgisi. Chaza ingqondo.

Isaga ngesiZulu:
Proverb in English (Literal):
Meaning / Ingqondo:

Umbuzo 3
Answer the questions.
Phendula imibuzo.

1. Ekuqaleni, abasha badansaphi?

2. Abasha baphuzani?

3. Esontweni, ngubani ohlezi ngaphambili?

4. Kungani emangele amakhosazana esontweni?

 
2

5. Ucabanga ukuthi insizwa iphendukile? Chaza.

Umbuzo 4
Chose the correct answer.
Khetha impendulo elungile.

1. Sibona abasha endaweni yokuphaka izimoto. Benzani?


Bayadansa
Bagibela isithuthuthu
Bangabalindi

2. Abasha baphuzani?
Baphuza ubisi
Baphuza ubhiya notshwala
Abaphuzi lutho

3. Ingxenye yesibili, insizwa ihleziphi?


Esikoleni
Esiteshini samaphoyisa
Esontweni

4. Umfundisi ukhuluma ngabantu


abanika imali
abaphendukayo
abadla amaswidi amaningi

5. Amantombazana amangalisiwe ngoba


Inkomo ingena esontweni
Insizwa iphenduke kwimikhuba emibi
Umfundisi ucula umculo kaMichael Jackson

Umbuzo 5
Listen to the video clip and fill in the blank with the Zulu word used by the speakers.
Lalela ividiyo bese ugcwalisa izikhala. Sebenzisa amagama asetshenziswa ngabantu
abakhulumayo.

1. Umfundisi: Sihlangene lapha ngendaba enkulu, i yethu eyasifelayo esiphambanweni.

2. Umfundisi: Eee…Ngokuphuthuma nje isikhathi, ngizophuthuma laphayana eZwini eNcwadini


eNgcwele, isahluko lesiyana, hho incwadi kaZikhronike isahluko esesikhombisa, ngizo ivesi
nje libe linye , ivesi lika-14, elifundeka kanje: “Bazithobe abantu ababizwa nge lami”

3. Umfundisi: Liyakhuluma izwi bazalwane. Likhuluma ngento enkulu yoku . Uma


sikhuluma ngokuphenduka bazalwane, sikhuluma ngento enkulu.

  2  
3

4. Umfundisi: Umuntu ahambe ezindleleni ezi , kuze kube uyosithela phansi e .

5. Inkosazana: Hhayi, inkomo ingazala !

Umbuzo 6
Find the pairs.
Thola amabhanqa.

1. Inkosi yethu
2. Ingoma
3. Isonto
4. Umfundisi
5. Ibandla
6. Ukuthandaza
7. Ivesi
8. Ububele
9. Isono
10. Ameni
A. Compassion, generosity
B. Church
C. Minister
D. Amen
E. Hymn
F. To pray
G. Sin
H. Verse
I. Congregation
J. Our Lord

Umbuzo 7
Use the words or phrases to create complete sentences in isiZulu.
Sebenzisa amagama nezisho ukwenza imisho epheleleyo.

1. Ukuphuthuma

2. Ivesi

3. Ukuphenduka

4. Izindlela ezimbi

5. Obephethe abantwana ngala nangala

  3  
4

Umbuzo 8
Review of the passive: Zalwa is a passive voice form that comes from -zala. Make the verbs passive.
Then translate into English. Don't forget that in the passive voice, there are sound changes when the
consonant clusters’ mb, ph, b, and m’ occur in the middle or end of the verb.

Hlaziya impambosi yokwenziwa: U-zalwa yigama elikwimpambosi yokwenziwa elivela ku-zala.Yenza


izenzo zibe sempambosini yokwenziwa, bese usihumushela esiNgisini. Mus’ukukhohlwa ukuthi
empambosini yokwenziwa kukhona ukushintsha kwemisindo lapho ongwaqa ‘-mb, ph, b no-m’
bephakathinoma ekugcineni kwegama.

1. ukuthanda

2. ukubona

3. ukufunda

4. ukupheka

5. ukudlala

6. ukumema

7. ukusebenzisa

8. ukuqoqa

9. ukukhombisa

10. ukuhamba

Umbuzo 9
Debate: It appears that this young man has made a dramatic change in his lifestyle. Do you think he
will go back to his old ways or has he changed for real? Create two teams and debate.

Ingxoxo: Kubonakala sengathi impilo yale nsizwa iphendukile kakhulu. Ucabanga ukuthi uzobuyela
umuva ezindleleni zakhe ezindala noma ucabanga ukuthi useshintshile ngempela? Yenzani
amaqembu amabili nixoxe.

Umbuzo 10
Other Proverbs: There are many proverbs and expressions in English about a person changing or not
changing. For example, one might say, “you can't teach an old dog new tricks”. In isiZulu, write
about this expression or any similar one you may come up with. Write as if you are explaining the
proverb to a isiZulu speaker who may have never heard it before.

Ezinye Izaga: Kukhona izaga nezisho eziningi esiNgisini ngokuphenduka noma ukungaphenduki

  4  
5

komuntu. Ngesibonelo, umuntu angathi, “angekhe ufundise inja endala imikhuba emisha.” Bhala
ngesi saga ngesiZulu, noma esinye esifana naso ongasicabanga. Bhala kube ngathi usichasisela
umZulu ongakaze asizwe lesi saga ngaphambili.

  5  

You might also like