IsiZulu FAL P3 May-June 2021 MG

Download as pdf or txt
Download as pdf or txt
You are on page 1of 13

SENIOR CERTIFICATE EXAMINATIONS/

NATIONAL SENIOR CERTIFICATE EXAMINATIONS

ISIZULU ULIMI LOKUQALA LOKWENGEZA (FAL)

IPHEPHA LESITHATHU (P3)

2021

UMHLAHLANDLELA WOKUMAKA

AMAMAKI: 100

Lo mhlahlandlela wokumaka unamakhasi ayi-13.

Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi


IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P3 2 DBE/2021
SC/NSC – Umhlahlandlela Wokumaka

ISIQEPHU A: UMHLAHLANDLELA WOKUMAKA IZINDABA

QAPHELA:
 Ngaso sonke isikhathi sebenzisa irubhrikhi uma umaka umbhalo wokuziqambela (Iphepha lesi-3, ISIQEPHU A).
 Amamaki ukusuka ku: 0–50 ahlukaniswe ngamazinga amahlanu ngokwezinkomba.
 Okubonwa ngakho okuqukethwe, ulimi & isitayela, inkomba ngayinye kumazinga amahlanu, ihlukaniswe izingxenye ezimbili kuye ngokwabiwa
kwamamaki. Kunengxenye engenhla kanye nengezansi.
 Isakhiwo sona asithinteki ekuhlukaniseni ngokwezingxenye. Ayikho ingxenye engenhla noma engezansi.

ISIQEPHU A: AMARUBHRIKHI OKUHLOLA I-ESEYI: ULIMI LOKUQALA LOKWENGEZA [AMAMAKI ANGAMA-50]

Okungabonwa ngakho Okungavamile Okunekhono Okusendimeni Okuqalisayo Okunganelisi


OKUQUKETHWE & 28–30 22–24 16–18 10–12 4–6
UKUHLELA -Impendulo enembayo -Impendulo yakheke kahle -Impendulo eyanelisayo -Impendulo ikhombisa -Impendulo enhlanhlathayo
ngaphezu -Imibono eshaya emhlolweni -Imibono inakho ukungahlangani -Imibono edidayo
Ingxenye engenhla

(Izimpendulo kanye nemibono) kobekulindelekile nehlabahlosile enokuvuthwa ukulandelana nokushaya -Imibono engacacile nenganembi
Ukudidiyelwa kwemibono -Imibono ekhaliphile, komqondo emhlolweni nokungeyona -Akuzwakali,
ngenhloso yokuhlela echukuluza ingqondo -Ihleleke kahle kakhulu -Ihleleke ngokusendimeni eyokuzisungulela kunokuphindaphinda
Ukuqonda inhloso, izethameli kanye nekhombisa kanye nokulandelana kanye nokulandelana -Kukhona okukhombisa -Akukho ukuhlela kanye
kanye nesimo ukuvuthwa komqondo (nokuxhumana) (nokuxhumana) ukuhlela okuncane nokulandelana
-Ihleleke ngobunyoninco kubandakanya isingeniso, kubandakanya nokulandelana
AMAMAKI ANGAMA-30 kanye nokulandelana umzimba kanye nesiphetho isingeniso, umzimba
(nokuxhumana) kanye nesiphetho
kubandakanya isingeniso,
umzimba kanye nesiphetho
25–27 19–21 13–15 7–9 0–3
-Impendulo yinhle kakhulu -Impendulo yakheke kahle -Impendulo enembayo -Impendulo engashayi -Ayikho imizamo
kepha intula izimpawu ze- -Imibono ehambisanayo kodwa intula ukucacisa emhlolweni ekhombisa ukuphendula
Ingxenye engezansi

eseyi enembayo nendaba nehlabahlosile -Imibono iyalandelana -Imibono ithanda ukuba ngesihloko
-Imibono ekhombisa -Ihleleke kahle kakhulu ngokusendimeni futhi nhlakanhlaka futhi -Akuhambisani nesihloko
ukuvuthwa komqondo kanye nokulandelana iyamukeleka iyadida futhi akufanelene
kanye nokukhalipha (nokuxhumana) -Kukhona okukhomba -Ukuhlela kanye -Akuqondene nesihloko
-Ikhombisa ikhono kubandakanya isingeniso, ukuhlela kanye nokulandelana akukho futhi kuphithene
lokuhlela kanye umzimba kanye nesiphetho nokulandelana
nokulandelana (nokuxhumana)
(nokuxhumana) kubandakanya
kubandakanya isingeniso, isingeniso, umzimba
umzimba kanye nesiphetho kanye nesiphetho

Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi


IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P3 3 DBE/2021
SC/NSC – Umhlahlandlela Wokumaka

AMARUBHRIKHI OKUHLOLA I-ESEYI: ULIMI LOKUQALA LOKWENGEZA [AMAMAKI ANGAMA-50] (kuyaqhubeka)

Okungabonwa ngakho Okungavamile Okunekhono Okusendimeni Okuqalisayo Okunganelisi


ULIMI, ISITAYELA & 14–15 11–12 8–9 5–6 0–3
UKULUNGISA AMAPHUTHA -Ithoni, irejista, isitayela, -Ithoni, irejista, isitayela, -Ithoni, irejista, isitayela, -Ithoni, irejista, isitayela, -Ulimi aluqondakali
ulwazimagama ulwazimagama ulwazimagama ulwazimagama -Ithoni, irejista, isitayela
Ithoni, irejista, isitayela, kuhambisana kahle kuhambisana kahle kuhambisana kahle kuhambisana kanye nolwazimagama
ulwazimagama luyahambisana kakhulu nenhloso, nenhloso, izethameli kanye nenhloso, izethameli ngokungagculisi aluhambisani nenhloso,

Ingxenye engenhla
nenhloso/umthelela kanye izethameli kanye nesimo nesimo kanye nesimo nenhloso, izethameli izethameli kanye nesimo
nesimo -Ulimi lukhombisa -Ulimi lufanelekile kanye -Ukusetshenziswa kolimi kanye nesimo -Ulwazimagama luncane
Ukukhethwa kwamagama, ukuzethemba, nokusetshenziswa ukudlulisa umqondo -Ukusetshenziswa kolimi kakhulu okwenza kube
ukusetshenziswa kolimi, luyancomeka kakhulu kwethoni ngendlela -Ithoni ifanelekile ukudlulisa umqondo lukhuni ukuqonda
izimpawu zokuloba, uhlelo, -Ithoni ekhomba ukuphoqa efanelekile -Kusetshenziswe amasu akugculisi
isipelingi kanye namasu obuciko -Kukhombisa ukungabi obuciko ukukhulisa -Ithoni nephimbo
obunembayo namaphutha amaningi okuqukethwe akugculisi
AMAMAKI AYI-15 -Akunamaphutha nhlobo ohlelweni kanye nesipelingi -Kusetshenziswe amasu
ohlelweni kanye nesipelingi -Ibumbeke kahle kakhulu obuciko ngokungagculisi
-Ikhombise ikhono ukukhulisa okuqukethwe
eliphezulu lokubumba
13 10 7 4
Ingxenye engezansi

-Ulimi lukhombisa -Ulimi luyahambisana futhi -Ukusetshenziswa kolimi -Ukusetshenziswa kolimi


ukuzethemba, lufanelekile okusendimeni okungekho endimeni
luyancomeka kakhulu -Ithoni iyahambisana futhi nokungahlangani -Imisho enhlobonhlobo
-Akunamaphutha ohlelweni ifanelekile okumbalwa imbalwa noma ayikho
kanye nesipelingi -Kunamaphutha ambalwa -Ithoni ifanelekile kanye -Ulwazimagama
-Ikhombise ikhono ohlelo kanye nesipelingi nokusetshenziswa olunomkhawulo
eliphezulu lokubumba -Ibumbeke kahle kwamasu obuciko
okunomkhawulo
ISAKHIWO 5 4 3 2 0–1
Izimpawu zethekisthi, -Ukuthuthuka kwesihloko -Ukuthuthuka nokugeleza -Ukuthuthuka kwendaba -Amaphuzu ambalwa -Amaphuzu awatholakali
ukuthuthuka kwezigaba kanye okunembayo kwendaba okulindelekile azwakalayo -Imisho kanye nezigaba
nokwakhiwa kwemisho -Ukucacisa okunembayo -Ukulandelana -Imisho, izigaba -Imisho kanye nezigaba kunamaphutha
-Imisho, izigaba kwakheke -Imisho, izigaba kwakheke kahle kunamaphutha -I-eseyi ayinamqondo
AMAMAKI AYISI-5 kahle kakhulu kuyalandelana futhi -I-eseyi isenawo -I-eseyi isenawo
kuxubile umqondo umqondo noma
inamaphutha

Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi


IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P3 4 DBE/2021
SC/NSC – Umhlahlandlela Wokumaka

Amakhodi Okuqopha Amamaki Kulesi Sigaba:

 Q: Okuqukethwe
 Sk: Isakhiwo
 L: Ulimi
 St: Isitayela
 Pt: Amaphutha
 Hl: Ukuhlela

Amakhodi azosetshenziswa uma kumakwa:

 QHl = 30
 LSP = 15 (8+4+3)
 Sk = 05

Amakhodi azosetshenziswa uma kumakwa:

SP – (dwebela)-isipelingi esingamukelekile.
PH – uphawu lokubhala olungamukelekile.
L – (dwebela)- ulimi olungamukelekile.
// – khombisa isigaba esisha.
NK – inkathi engamukelekile.
GL – amagama awalandelani ngokufanele.
R – irejista.
KM – akwenzi umqondo.
ISIV. – isivumelwano esingavumelani.
AK – akudingekile.
^ – kunegama elingekho.
GN – igama elingcono.
/ – ukwehlukanisa amagama
( ) – ukuhlanganisa amagama
Pp – ukuphindaphinda amagama

OKULINDELEKILE MAYELANA NESAKHIWO SEMIBHALO (ISIQEPHU A)

 Isingeniso: Siyaheha, siyisigaba esisodwa, singenisa indikimba.

 Umzimba: (i) Izigaba zinemiqondo ezwakalayo nenikezelanayo.


(ii) Izigaba zihleleke kahle/umqondo osekelayo.
(iii) Umbhalo nombhalo mawuhambelane nenkathi okumele
ubhalwe ngayo.

 Isiphetho: (i) Siyisigaba esisodwa.


(ii) Makuvele ukuthi umbhalo usuyagoqwa noma uyasongwa.
(iii) Selungavela uvo lombhali ngalokho abhala ngakho okungaba
ukuxwayisa/ukweluleka/ukuxolisa.

Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi


IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P3 5 DBE/2021
SC/NSC – Umhlahlandlela Wokumaka

OKULINDELEKILE MAYELANA NEZIHLOKO ZEZINDABA (ISIQEPHU A)

1.1 Kwakungelula Ukudlulisa Lesiya Simo.

 Elandisayo.

Izimpendulo zingathinta amaphuzu alandelayo:

 Makubhalwe ngenkathi edlule.


 Kwakunini, kwenzenjani?
 Landisa/chaza kabanzi ngesimo owawubhekene naso?
 Wadlula kanjani kuleso simo?
 Yisiphi isifundo owasithola?
(Nokunye okuhambisana nesihloko.) [50]

1.2 Umndeni Onenjabulo Uyisisekelo Somphakathi Ophumelelayo.

 Echazayo.

Izimpendulo zingathinta amaphuzu alandelayo:

 Kungaba inkathi exubile.


 Ukuchazwa kwesihloko.
 Izinto ezibalulekile ezenza umndeni ujabule.
 Imiphumela/imithelela emihle yokubambisana, imfundo, nokunye
emphakathini.
 Isiphetho asinamathele esihlokweni.
(Nokunye okuhambisana nesihloko.) [50]

1.3 Ukukhuluma Into Ongayazi Kuletha Izinkinga.

 Eningayo

Izimpendulo zingathinta amaphuzu alandelayo:

 Kungaba yinkathi exubile.


 Isingeniso asihlaziye isihloko.
 Yiziphi izinto ezingenza umuntu akhulume into angayazi?
 Izinkinga ezingadalwa ukukhuluma into ongayazi.
 Singalungiswa kanjani lesi simo?
(Nokunye okuhambisana nesihloko.) [50]

Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi


IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P3 6 DBE/2021
SC/NSC – Umhlahlandlela Wokumaka

1.4 Ubuhle Nobubi Bokufunda Ngasese Ube Usebenza.

 Eqhathanisayo.

Izimpendulo zingathinta amaphuzu alandelayo:

 Kungaba inkathi exubile.

Ubuhle:
 Ukuba nemali yokufeza izidingo zokufunda.
 Ukukwazi ukuthola isipiliyoni.
 Ukufunda ukuzimela nokubhalansisa izinto empilweni.
 Ukuthola amathuba amaningi ngenxa yolwazi onalo.

Ububi:
 Ukuyeka isikole ngenxa yothando lwemali.
 Ukungabi nesikhathi esanele sokufunda.
 Ukungatholi isikhathi sokuzijabulisa nontanga.
 Kungaba nomthelela wokungaphumeleli kokukodwa.
(Nokunye okuhambisana nesihloko.) [50]

1.5 Abesifazane Bavikeleke Ngokwanele Yini Emiphakathini Yethu?

 Edaza Inkani.

Izimpendulo zingathinta amaphuzu alandelayo:

 Kungaba inkathi exubile.


 Makucace esingenisweni ukuthi uyavumelana noma uyaphikisana
nesihloko.
 Umfundi angazithatha zombili izinhlangothi.

Amaphuzu avumelana nesihloko:


 Umthetho wezwe uyabavikela.
 Sekunezinhlelo zomphakathi ezikhuthaza ukuvikelwa kwabesifazane.
 Izinhlelo zokusakaza ezigqugquzela ukuvikelwa kwabesifazane.

Amaphuzu angavumelani nesihloko


 Umthetho awenzi okwanele ukuvikela abesifazane.
 Emakhaya nasemphakathini abavikelekile ngokwanele.
 Ukunganaki nokungafundiseki komphakathi ngalesi simo.
(Nokunye okuhambisana nesihloko.) [50]

Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi


IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P3 7 DBE/2021
SC/NSC – Umhlahlandlela Wokumaka

1.6 1.6.1 Isithombe

Nikeza indaba isihloko esiyifanele.

Izihloko ziyokwehluka.

Izimpendulo zingathinta amaphuzu alandelayo:

 Kungaba yinkathi exubile.


 Ukubhala amaphuzu ahambisana nesihloko.
 Ungaphumi kokuqukethwe isithombe.
 Ukuthembisana umshado okuhambisana nothando nenjabulo.

QAPHELA: Amaphuzu angehluka kuye ngesihloko esibhaliwe. [50]

1.6.2 Isithombe

Nikeza indaba isihloko esiyifanele.

Izihloko ziyokwehluka.

Izimpendulo zingathinta amaphuzu alandelayo:

 Kungaba yinkathi exubile.


 Ukubhala amaphuzu ahambisana nesihloko.
 Ungaphumi kokuqukethwe yisithombe.
 Okuqukethwe kungaba umqondo osobala noma ojulile
njengokuthi umfundi angabhala ngamabhubesi avimba
umgwaqo (osobala) noma ingozi yokuhamba endaweni
ongayazi ukuthi injani (ojulile).

QAPHELA: Amaphuzu angehluka kuye ngesihloko esibhaliwe. [50]

1.6.3 Isithombe

Nikeza indaba isihloko esiyifanele.

Izihloko ziyokwehluka.

Izimpendulo zingathinta amaphuzu alandelayo:


 Kungaba yinkathi exubile.
 Ukubhala amaphuzu ahambisana nesihloko.
 Ungaphumi kokuqukethwe isithombe.
 Okuqukethwe makunamathele enkingeni yezidakamizwa
emphakathini nokunqanda/ukuvimba abantu ukuthi
bangazithathi.

QAPHELA: Amaphuzu angehluka kuye ngesihloko esibhaliwe. [50]

AMAMAKI ESIQEPHU A: 50

Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi


IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P3 8 DBE/2021
SC/NSC – Umhlahlandlela Wokumaka

ISIQEPHU B: AMARUBHRIKI OKUHLOLA UMBHALO OMUDE ODLULISA UMYALEZO: ULIMI LOKUQALA LOKWENGEZA
[AMAMAKI ANGAMA-30]

Okungabonwa ngakho Okungavamile Okunekhono Okusendimeni Okuqalisayo Okunganelisi


OKUQUKETHWE, 15–18 11–14 8–10 5–7 0–4
UKUHLELA -Impendulo enembayo -Impendulo efanelekile -Impendulo esendimeni -Impendulo esezingeni -Impendulo ikhombisa
NESAKHIWO ngaphezu ekhombisa ulwazi ekhombisa ulwazi eliyisisekelo ekhombisa ukungabi nalo ulwazi
kobekulindelekile lwezimpawu zohlobo lwezimpawu zohlobo ulwazi lwezimpawu lwezimpawu zohlobo
Impendulo kanye nemibono -Amasu akhaliphile lombhalo lombhalo zohlobo lombhalo lombhalo
Ukudidiyelwa kwemibono kanye nokuvuthwa -Inamathele esihlokweni -Ayinamathele kahle -Ukunamathela -Umqondo ufiphele
ngenhloso yokuhlela komqondo -Akukho ukunhlanhlatha esihlokweni esihlokweni ngenxa yokunhlanhlatha
Inhloso, izethameli, -Ulwazi olubanzi -Ukulandelana -Kunokunhlanhlatha kuyabonakala kodwa okukhulu.
izakhiwo nezimiso kanye lwezimpawu zohlobo kokuqukethwe okuncane. kunokunhlanhlatha -Imibono ayilandelani
nesimo lombhalo nemibono, kuchazwe -Ukulandelana -Ukulandelana nhlobo
-Umbhalo unamathele kahle futhi kusekela kwemibono kwamaphuzu -Ukuchaza okumbalwa
AMAMAKI AYI-18 esihlokweni isihloko okuqukethwe okuqukethwe kubuye okusekela isihloko
-Amasu akhombisa -Isakhiwo esifanele kufanelekile kungabonakali -Akasebenzisanga
ukuthelelana kanye esinamaphushana -Ukuchaza okumbalwa -Ukuchaza okumbalwa nhlobo imithetho
nokulandelana kusekela isihloko kusekela isihloko yesakhiwo
-Acacisa ngokusobala -Isakhiwo esifanelekile -Usebenzise
kanye nokusekela kodwa kunamaphutha ngokunganele imithetho
isihloko ambalwa yesakhiwo
-Isakhiwo esifanele -Kukhona okumbalwa
nesicacile okubalulekile
ULIMI, ISITAYELA 10–12 8–9 6–7 4–5 0–3
KANYE NOKULUNGISA -Ithoni, irejista, isitayela, -Ithoni, irejista, isitayela, -Ithoni, irejista, isitayela, -Ithoni, irejista, isitayela, -Ithoni, irejista, isitayela
AMAPHUTHA ulwazimagama ulwazimagama ulwazimagama ulwazimagama kanye nolwazimagama
kuhambisana kahle kuhambisana kahle kuyahambisana kunokungahambisani akuhambisani nenhloso,
Ithoni, irejista, isitayela, kakhulu nenhloso, nenhloso, izethameli nenhloso, izethameli nenhloso, izethameli izethameli kanye nesimo
inhloso/umthelela, izethameli kanye nesimo kanye nesimo kanye nesimo kanye nesimo -Kugcwele amaphutha
izethameli kanye nesimo -Uhlelo lufanelekile futhi -Uhlelo lufanelekile futhi -Kunamaphutha -Uhlelo olungafanelekile futhi kuyadida
Ukusetshenziswa kolimi lwakheke kahle kakhulu lwakheke kahle ambalwa ohlelo olunamaphutha -Ulwazimagama
kanye nezimiso -Akunamaphutha -Ulwazimagama oluhle -Ulwazimagama amaningi aluhambisani nenhloso
Ukukhethwa kwamagama nhlobo. kakhulu olwanele -Ulwazimagama -Umqondo
Izimpawu zokuloba kanye -Akunamaphutha -Amaphutha olunganele uyanhlanhlatha kakhulu
nesipelingi amaningi awawuphazamisi -Umqondo ufiphele.
AMAMAKI AYI-12 umqondo.

Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi


IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P3 9 DBE/2021
SC/NSC – Umhlahlandlela Wokumaka

Amakhodi Okuqopha Amamaki Kulesi Sigaba:


 Q: Okuqukethwe
 Sk: Isakhiwo
 L: Ulimi
 St: Isitayela
 Pt: Amaphutha
Amakhodi azosetshenziswa uma kumakwa:
 QSk = 18
 LSP = 12 (7+3+2)
OKULINDELEKILE:
2.1 INCWADI YOBUNGANI
 Ikheli lobhalayo esandleni sokudla elihambisana nosuku,
Isib. (25 Nhlaba 2021/25 Meyi 2021/25.05.2021).
 Obhalelwayo makabingelelwe ngolimi olwejwayelekile: Isib. Malume.
 Isingeniso: Isigaba sokuqala esifishane, umfundi akakhombise ukuthi
bayazana nalo ambhalelayo.
 Umzimba: Isigaba sesibili, umfundi akabhale izizathu ezimenze wabhala
incwadi.
Isigaba sesithathu, umfundi akenabe ngalokhu abhale ngakho esigabeni
sesibili.
 Isiphetho: Isigaba sokugcina esifishane, akakhonze abonge noma
adlulise umyalezo.
 Isivaleliso masikhombise ubuhlobo: Yimina umshana wakho
uNkosikhona
Amagama awabe inani elifanele. [30]
2.2 UMLANGO NGOMUFI.
 Bhala amagama aphelele kamufi nesibongo.
 Mawubhalwe ngenkathi edlule.
Isingeniso:
 Imininingwane ngomufi:
- Amagama akhe onke aphelele njengoba ebhaliwe emyalelweni.
- Usuku lokuzalwa nendawo azalelwa kuyona.
- Abazali bakhe.
- Usuku ahambe ngalo emhlabeni.
Umzimba:
 Isigaba sokuqala:
- Imininingwane yemfundo.
- Amagalelo nezikhundla ezikhungweni zemfundo.
 Isigaba sesibili:
- Imininingwane yasemsebenzini.
- Amagalelo nezikhundla emsebenzini.
- Aphumelele kukhona/neqhaza abelibambile emphakathini.

Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi


IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P3 10 DBE/2021
SC/NSC – Umhlahlandlela Wokumaka

 Isiphetho:
- Abantu ashone wabashiya emhlabeni.
- Umusho omfushane wokumvalelisa. Isib: Lala ngoxolo siyobonana
kwelizayo.
Amagama awabe inani elifanele. [30]

2.3 I-AJENDA NAMAMINITHI OMHLANGANO.

 Kumele kube nalezi zihlokwana ezilandelayo:

I-Ajenda
 Izihloko ze-Ajenda:
- Usuku.
- Isikhathi.
- Indawo.
- Ukuvula nokwamukela.
- Abakhona.
- Abaxolisile nabangekho.
- Ukufundwa kwamaminithi.
- Ezivuka emaminithini.
- Ezintsha/ezosuku.
- Amaphuzu abazokhuluma ngawo.
- Izinqumo/ Izincomo.
- Ezejwayelekile/Ezixubile.
- Ukuvala.

Amaminithi Omhlangano.

 Abhalwa abe senkathini edlule.


 Awabhalwe alandele uhlu lwezihloko eziku-ajenda.
 Okulindelekile: Isibonelo:
Isihloko: Umhlangano Wekomidi Lomphakathi.
Usuku: 05 Juni 2021.
Isikhathi: Ngehora le-3 ntambama.
Indawo: Njomane Lounge.
Ukuvula: Umphathi womhlangano uvule
ngomthandazo.
Abakhona: Amalunga onke ekomidi.
Abaxolisile nabangekho: Abekho.
Ukufundwa kwamaminithi: Afundwa nguNobhala.
Ezivuka emaminithini: Azikho.
Ezintsha/ ezosuku: - Indlela yokuheha amalungu amasha.
- Iqhaza elizobanjwa yikomidi.
- Izindawo zokuhlanganyela.
Izinqumo/Izincomo: - Ukugqugquzela ukufunda kubantu abasha
nokwakhiwa kwesikhwama.
Ezijwayelekile/Ezixubile: Ukuthengwa kwezincwadi ezizofundwa.
Ukuvala: USihlalo uvale ngomthandazo ngehora le-6.

Amagama awabe inani elifanele. [30]

Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi


IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P3 11 DBE/2021
SC/NSC – Umhlahlandlela Wokumaka

2.4 INKULUMO ELUNGISELELWE

 Isihloko senkulumo masicace.


 Inkulumo ithulwa nini? Kuphi? Ubani?
 Ingqikithi yenkulumo.
 Isingeniso: - Ukubingelela abantu ngezigaba zabo.
- Amazwi aheha izethameli.
 Umzimba: - Ukwenaba ngesihloko okhuluma ngaso.
- Ukwakha kahle amaphuzu kugwenywe amagama
angafanelekile.
- Ukugxeka ngendlela eyakhayo uveze amaphuzu futhi
kusetshenziswe izibonelo ezikholekayo.

 Isiphetho: Ukubonga izethameli.

Amagama awabe inani elifanele. [30]

AMAMAKI ESIQEPHU B: 30

Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi


IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P3 12 DBE/2021
SC/NSC – Umhlahlandlela Wokumaka

ISIQEPHU C: AMARUBHRIKI OKUHLOLA UMBHALO OMFISHANE ODLULISA UMYALEZO: ULIMI LOKUQALA LOKWENGEZA
[AMAMAKI ANGAMA-20]
Okungabonwa ngakho Okungavamile Okunekhono Okusendimeni Okuqalisayo Okunganelisi
OKUQUKETHWE, 10–12 8–9 6–7 4–5 0–3
UKUHLELA NESAKHIWO -Impendulo -Impendulo efanelekile -Impendulo esendimeni -Impendulo esezingeni -Impendulo ikhombisa
enembayo ngaphezu ekhombisa ulwazi ekhombisa ulwazi eliyisisekelo ekhombisa ukungabi nalo ulwazi
Impendulo nemibono kobekulindelekile lwezimpawu zohlobo lwezimpawu zohlobo ulwazi lwezimpawu lwezimpawu zohlobo lombhalo
Ukudidiyelwa kwemibono -Amasu akhaliphile lombhalo lombhalo zohlobo lombhalo -Umqondo ufiphele ngenxa
ngenhloso yokuhlela kanye nokuvuthwa -Inamathele esihlokweni -Ayinamathele kahle -Ukunamathela yokunhlanhlatha okukhulu
Izimpawu/Izimiso kanye komqondo -Akukho ukunhlanhlatha esihlokweni kuyabonakala kodwa -Imibono ayilandelani nhlobo
nesimo -Ulwazi olubanzi -Ukulandelana -Kunokunhlanhlatha kunokunhlanhlatha -Ukuchaza okumbalwa
lwezimpawu zohlobo kokuqukethwe okuncane -Ukulandelana okusekela isihloko
AMAMAKI AYI-12 lombhalo nemibono, kuchazwe -Ukulandelana kwamaphuzu -Akasebenzisanga nhlobo
-Umbhalo unamathele kahle futhi kusekela kwemibono okuqukethwe okuqukethwe kubuye imithetho yesakhiwo
esihlokweni isihloko kufanelekile kungabonakali
-Amasu akhombisa -Isakhiwo esifanele -Ukuchaza okumbalwa -Ukuchaza okumbalwa
ukuthelelana kanye esinamaphushana kusekela isihloko kusekela isihloko
nokulandelana -Isakhiwo esifanelekile -Usebenzise imithetho
-Acacisa ngokusobala kodwa esinamaphutha yesakhiwo
kanye nokusekela ambalwa ngokungafanele
isihloko -Kukhona okumbalwa
-Isakhiwo esifanele okubalulekile
nesicacile
ULIMI, ISITAYELA KANYE 7–8 5–6 4 3 0–2
NOKULUNGISA -Ithoni, irejista, -Ithoni, irejista, isitayela, -Ithoni, irejista, isitayela, -Ithoni, irejista, isitayela, -Ithoni, irejista, isitayela kanye
AMAPHUTHA isitayela, ulwazimagama ulwazimagama ulwazimagama nolwazimagama
ulwazimagama kuhambisana kahle kuyahambisana nenhloso, kunokungahambisani akuhambisani nenhloso,
Ithoni, irejista, isitayela, kuhambisana kahle nenhloso, izethameli izethameli kanye nesimo nenhloso, izethameli izethameli kanye nesimo
inhloso/umthelela, kakhulu nenhloso, kanye nesimo -Kunamaphutha ambalwa kanye nesimo -Kugcwele amaphutha futhi
izethameli kanye nesimo izethameli kanye -Uhlelo lufanelekile futhi -Ulwazimagama -Uhlelo olungafanelekile kuyadida
Ukusetshenziswa kolimi nesimo lwakheke kahle olusendimeni olunamaphutha -Ulwazimagama aluhambisani
kanye nezimiso -Uhlelo lufanelekile -Ulwazimagama oluhle -Amaphutha amaningi nenhloso
Ukukhethwa kwamagama futhi lwakheke kahle -Akunamaphutha awawuphazamisi -Ulwazimagama -Umqondo awucacile neze
izimpawu zokuloba kanye kakhulu amaningi. umqondo olunganele
-Akunamaphutha -Umqondo ufiphele
nesipelingi
nhlobo
AMAMAKI AYISI-8

Akuvumelekile ukukopisha leli phepha Pheqa ikhasi


IsiZulu Ulimi Lokuqala Lokwengeza (FAL)/P3 13 DBE/2021
SC/NSC – Umhlahlandlela Wokumaka

Amakhodi okuqopha amamaki kulesi sigaba:

 Q: Okuqukethwe
 Sk: Isakhiwo
 L: Ulimi
 St: Isitayela
 Pt: Amaphutha

Amakhodi azosetshenziswa uma kumakwa:

 QSk = 12
 LSP = 08 (4+2+2)

OKULINDELEKILE:

3.1 ISIKHANGISI
 Isihloko sokukhangiswayo masigqame.
 Sebenzisa amafonti axubile (izindlela zokubhala ezahlukene).
 Sebenzisa ulimi oluzoheha amakhasimende.
 Imininingwane elindelekile:
- Izindawo etholakala kuzo.
- Izikhathi zokuvula nokuvala.
- amanani omkhiqizo.
- izinombolo zocingo/umakhalekhukhwini.
- i-imeyili/ i-website.
Amagama awabe inani elifanele. [20]

3.2 IDAYARI
 Bhala usuku kanye nelanga.
 Kumele ibe senkathini ezayo.
 Ubhala njengomuntu wokuqala.
 Izinsuku mazihlukaniswe ngokweqa umugqa.
 Kumele ubhale ngemisho ephelele.
 Kusetshenziswa ulimi olukhululekile.
 Okuqukethwe makunamathele emyalelweni (Idayari yakhe mayiqale
ngomhla zi-2 kuya kumhla zi-4 kuJulayi 2021).
Amagama awabe inani elifanele. [20]

3.3 INKOMBANDLELA
 Bhala ngamaphuzu.
 Imiyalelo mayibhalwe ngokulandela imicibisholo njengoba injalo.
 Makubhalwe izinhlobo zamahhovisi nokunye azodlula kukho.
 Kumele ubhale ngemisho ephelele.
 Kusetshenziswa ulimi oluhambisana nombhalo.
Amagama awabe inani elifanele. [20]

AMAMAKI ESIQEPHU C: 20
AMAMAKI ESEWONKE: 100

Akuvumelekile ukukopisha leli phepha

You might also like